Amadoda awahlali ayafika ahambe emva kokulala nawe noma ahlala isithuba esincane. Kungenzeka unesichitho noma isinyama, uma wake waphuphunyelwa yisisu kumele ukubheke lokho. Sibuye sibheke futhi ezintweni ezingekho mayelana nemithi, ake ubheke lokhu ngaphambi kokuthi sikwenzele imithi kuyenzeka nawe ube ngumuntu uzifakele isichitho
Imali iphelela esandleni kuyenzeka lokhu uma uthakathiwe ukuthi ungalungelwa lutho kuwena oluhlanganisa nemali, kodwa ke futhi siyabona abantu bephila impilo engaphezu kwabo behola and spend imali ngaphezu komholo. Sizokwenzela umuthi wokuthandwa imali.
Ukubuyisa indoda sikwenze kwaba lula kakhulu ngezikhafulo zethu ezisheshayo.
Amaqhakuva omqwaliso, amaqhuqhuva esichitho, amaqhubu ebusweni, ubuso obubi obungathandeki sizokwenzela umuthi wokususa isichitho.
Umuthi wokuyekisa umuntu utshwala umuthi wokuyeka ukuphuza asikabi nawo abantu abaningi bayafika impela bayawufuna. Sisazama ukucwaninga kuqala ukuthi lemithi ekuthiwa eyokuyeka utshwala iyasebenza yini?
Ukuphupha amakaka amaphupho esichitho sizokusiza ngokukunika ikhambi lesichitho. Ukuphupha ulalwa isilwane, ukuphupha wenza ucansi. Ukuthonga ikaka.
Angibatholi abantwana uma ungakhulelwa singakusiza ngamakhambi esintu azokwenza uthole umntwana.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.